Isikhulu samatekisi esidumile eMpumalanga, uJoe “Ferrari” Sibanyoni, singomunye wabesilisa abathathu ababoshiwe esigamekweni esididiyelwe samaphoyisa sokuqola okuhlobene necala osekunesikhathi ...
UBUHLE nobubi bokuthandana kwezitshudeni emanyuvesi, yizona zethulo ezigqame ocwaningweni lukaDkt Phumelele Basi ezifundweni zakhe zobudokotela asanda kuzethweswa yi-University of KwaZulu-Natal (UKZN) ...
INDODANA yowayeyindlovukazi yomculo we-Afro pop, uBrenda " Mabrrr" Fassie, seyingene emculweni wojuxuza igqom'.
UMAKADEBONA kwezokudijeya, uDJ Tira, usephonsele inselelo amaciko asemasha endimeni yezobuciko ukuba asebenze kanzima lapho asuke ezinze khona, angabheki futhi angazitsheli ukuthi kudingeka ukuthi ...
IVUKWE umunyu Inkosi yakwaButhelezi, uZuzifa kaMangosuthu Buthelezi, kuvulwa inxanxathela yezitolo eqanjwe ngenkosi eyizalayo, uMangosuthu kaMathola Buthelezi. Inkosi Zuzifa ithe ukuvulwa ...
Zazikhala ngokuthi isihlobo ebesihlala nabafi sikhuluma izinto ezingafani ngesigameko. Ngakolunye uhlangothi kuthiwa lesi sihlobo satshela umndeni ukuthi isigebengu sigasele naso sikhona. Nokho ...
SITAKULWE ngusomabhizinisi isikole saseMthwalume, kwaQoloqolo, kuward 15 iSibonguJeza Primary School esinamagumbi amancane okufundela. USomabhizinisi wakule ndawo, uMnuz Jacob Gumede wenkampani iLunga ...
NGASO sonke isikhathi uma ngigudla ngaseningizimu yeTheku amehlo ami sengiwavula kakhulu uma sengingaseProspecton. Phela yilapho ifemu yakwaToyota South Africa Motors (Tsam) izinze khona. Yilapho ...
UMENGAMELI webandla ama-Afrika, ubonge wanconcoza kumalungu aleli bandla ngokuzikhandla enze konke okusemandleni ngenhloso yokuqinisekisa ukuthi ibandla liba nezakhiwo ezisezingeni elihle. UMfu ...
UMDLALI wasesiswini weMamelodi Sundowns, uBathusi Aubaas, uvule isifuba ngokumiswa kwabo lubhojozi yizigi ze-Orlando Pirates njengoba ibabangisa isicoco seligi yaseNingizimu Afrika asebekuphendule ...
I-NATIONAL Prosecuting Authority (NPA) isinqume ukungashushisi - okungenani okwamanje - indoda (58) eboshelwe ukudubula ibulale umshayeli esigamekweni sodlame emgwaqweni e-Emmarentia, eGoli, ngeSonto.
BAYACHICHIMA yinjabulo kwa-Isuzu Motors South Africa (IMSAf) emuva kokusonga unyaka wezimali wabo ngoMashi 31 umthamo womkhiqizo wabo efemini yakuleli unyuke ngo-21%. Le nkampani inefemu yayo ...